Tuesday, April 29, 2008

ISIHLANGU SOKHOLO

0066 - Zulu

O. Morgan

ISIHLANGU SOKHOL

UNKULUNKULU

urnauzo i. Ungubani uNkulunkulu?

Impendulo. uNkulunkulu ungu Mdali wezulu nomhlaba, kanye Nomuntu. uGenesisi 1 no 2.

Umbuzo 2. Sinjani isimo sikaNkulunkulu? Impendulo. uNkulunkulu ungumoya. Johane

Umbuzo 3. uNkulunkulu waqala nini ukubakhuaa uNkulunkulu? Impendulo. Akanae siqalo nasiphelo uhlala ekona njalo futhi uyohlala ekhona. Kusukela phakade wena nKulunkulu ukhona. AmaHubo 90:2.

Umbuzo 4. Bangaki uNkulunkulu? Impendulo. Munye uNkulunkulu. Efesu 4:6.

Umbuzo 5. Ukuphi uNkulunkulu namhlanje?

Impendulo. Ikhaya lakhe lise zulwini. Mathev~ azo zonke izindawo, Amahubo 139:7,10.

Umbuzo ~r. nNkulunkuln wayezibnnrs kanjan heT

Impendulo. Njengobaba esikhathini sobabamkhulu. Okhokho. Njenge ndodana kubaJuda. Kanti njengoMoya Oyingcwele kumaKrestu.

Umbuzo 7. Saqala nini isikhathi sobabamikhulu? (Okhokho) lmpendulo. Sasiqala ngendalo, Genesisi l, size siyophela ngokubizwa ;~uka Abraham. Genesisi 12

Umbuzo 8. Sasaziwa ngaliphi igama isiicnachi saba Juda? Impendulo. Sasaziwa kusukela ngokubizwa kuka Abraham. aGenesise 12. Kuye kumhla wePentekoste A.D. 30. Izenzo 2. Umbuzo 9. Siqala nini isi khathi sobuKrestu?

Impendulo. Kusukela ngomhla we Pentekoste, A.D. 30. Izenzo 3: Kuze kube isikhathi sokubuya kuka Jesu kwesibili.

Umbuzo 10. Indalo kaNkulunkulu yayaziwa ngaliphi ~gama esikhathini sokhokho?

Impendulo. Amadodana ka Nkuluunkulu. Genesisi 6:2.

Umbuzo 11. Babebizwa ngaliphi igama abantwana baka Nkulunkulu esikhathini smaJuda?

Impendulo. AmaHebheru. uGenesise 40:15. Umbuzo 12. Babizwa ngaliphi igama esikhath Impendulo. AmaKrestu. Izenzo 11:26.

Umbuzo 13. Yiziphi iziganeko ezinkulu ezenzeka p'hakathF kwalezikhathi ezintathu na?

Impendulo. Okokuqala, - ukuwa komuntu, okwesibili - ukufika kuka - Krestu ezohlenga umuntu; okwesithathu - Ukuhlengwa kokugcina.

Umbuzu 14. Kwakuyini injongo kaNkulunkulu ngokuzibonakalisa kwakhe endalweni yakhe?

Impendulo. Okoakuqala - wazibonakalisa njengo baba. ebanakekela; Okwesibili - Njenge Ndodana ezobasindisa; okwesithathu, - Njengo Moya Oyingcwele ebehola.

Umbuzo 15. Ungubani uMoya Ongcwele?

Impendulo. uMoya Ongcwele ubizwa ngokuthi "Umduduzi" Johan~ 15:26; 16:7. Futhi waziwa njengesipho osithola rrihla uBhabhadiswa. Izenzo 2:38.

Isifundo 2

IBHAYIBHELI

Umbuzv 1. Yini inkemba ka Moya?

Impendulo. Ilizwi LikaNkulunkulu. Abase Efesu 6:17. Umbuzo 2. Ingabe kuyimfanelo ukufundisa iBhayibheli? Impendulo. Yebo. 2 Timothi 2:15.

Umbuzo 3. Zingaki izincwadi ezisiBhayib ~ni? Impendulo. Impendulo. Ziyi 66.

Umbuzo 4. Lahlukaniswe izi gaba ezingaki iBhayibb~? Impendulo. Lahlukaniswe izigaba ezimbili.

Umbuzo 5. Zibizwa kanjani?

Impendulo. Isvumelwano esidala noma iTestameI~ ~e nesivumelwano esisha noma iTestamente elisha.

Umbuzo 6. Lihlukaniswe kanjani iTestamende ngalinnye? Impendulo. Kane eTestamendeni elidala, nazoke: (1) Ezomthetho, (2) Ezomlando, (3) EzeziNkondlo, (4) Kanyene Ezaba Phrofethi.

Kanti e Testamendeni elisha' -zimi kanje: (I) Izizikulwane ngokulandelane. (2) Umlando (3) Izincwadi zaba Postol, (4) lsiPhrofetho.

Umbuzo 7. Sitholani e Testamendeni Elidala?

Impendulo. Indalo, uGenesise I kuye no. 2.Ukuwa komuntu Genesise3. Ukubizwa kuka Abrahama Genesise 12. Umlando wabantwana bakwa Israyeli kanye neziPropheto eziqondene nabo kanye nama Hubo abo.

Umbuzo 8. Sitholani e Testamendeni Elisha?

Impendulo. AmaVangeli Izizukulwane zika Krestu, Noku Qalwa kweBandla Izenzo 2. Nezincwadi zamabandla kanye nezinwadi zaba Postoli ngamunye ngamunye, neziProfetho maqondana noMbuso.

Umbuzo 9. Thina siphila phansi kwa siphi isikhathi namhlanje?

mpendulo. Siphile 1 kw Testamende Elisha.

Umbuzo 10. Itestamente Elisha lisambulelani thina?

~mpendulo. Ama Qiniso okufuneka siwakholwe nemithetho okufeka ukuthi siyithobele, nezixwayiso okufuneke siziqaphele, nezethembiso ezijabulisayo.

Umbuzo 11. Kufuneka silenze njani IBhayibheli?

Impendulo. Silifunde, silifundisise, silithobele, bese silidulisela kwabanye.

Umbuzo l. Siyini isono? Impendtxlo. Isono siwukw Jakobe 4:17.

Umbuzo 2. Saqala nini isono? Impendulo. Isono sokuqala se~zi Edeni. uGesesise 3:1-8.

Umbuzo Ngobani abenza isono?`

Impendulo. Bonke asebekwazi ukwahlukanisa okuhle nokubi. R a 3:10,23.

Umbuzo 4. Uyini umvizo wesono?

Impendulo. Ukufa nokwehlukaniswa noNkuluunkulu. uHezekeli 18:4; Kolose 1:21; Efesu 4:18.

Umbuzo 5. Zingaki izinhlobo zezono?

Impendulo. Zimbili, ukwenza into engafanele, nesono sokungenzi okuhle kufa.~.;le ukwenze. 1 Johane 1:10; 5:1,8.

Umbuzo 6. Sihlengwa ngani ezonweni zethu? Impendulo. Ngegazi lika Jesu Krestu. 1 Johane

Umbuzo 7. Ngubani okwazi ukuthethelela izono? Impendulo. Akekho onokuthethelela umuntu izono, uJes~ onamandla okuthethelela izono. Mathewu 9:6; 1 Johane 1:9.

Umbuzo 8. Ngubani osiqondisa izono sethu? Impendulo. NguMoya Oyingcwele ngezwi lika 16:8-11.

Umbuzo 9. Uma senza isono emva kokuba sesingama Krestu. Kufuneka senze njani ukuze sithetelelwe.

Impendulo. Okokuqala kufuneka sizivume izono zethu kuKrestu ngomthandazo, sicele mthethelelo, Beze sicela amandla ukuze silwelo ukungoni futhi. Izenzo 8:22.

Umbuzo 10. Siyini isijeziso sesono?

lmpendulo. Ukufa kwokuqala nokwesibili nol Phakade. Mathewu 25; 2 Petro 2:9; Isambulo 21:8.

Isifundo 4

Umbuzo l. Uma umvuzo wesono kuwukufa, phosiyini isiQho sika Nkulunkulu sokuphila okuphakade, sisithola kan~ani lesosipho?

Impendulo. Singu Jesu Krestu uMsindisi wethu. Johane 3:16; Roma 6:23.

Umbuzo 2. Sisindiswa kanjani?

Impendulo. Sisindiswa ngoMusa. Efesu 2:8.

Umbuzo 3. Lichaza ukuthini leligama elithi "umusa?" Impendulo. Umusa isipho esisiphiwa singazange sisisebe ~le isipho esisiphiwa ngu Nkulunkulu ukuze sihlengwe.

Umbuzo 4. Usindiso lunezigaba ezingaki?

Impendulo Lunezigaba ezimbili uhlangothi Luka Nkulunkulu nohlangothi lomuntu kudwake uNkulunkulu uwuqedile owakhe

umsebenzi Ngoba uKrestu wabuyisana nomhlaba. (2 Korinte 5:19)Uhlangothi lomuntu ukuthi Amukele~ uNkulunkulu bese ethobela imithetho yenkosi. Mark 16:16.

Umbuzo 5. Iluphi uhlangothi okumele alenze ukuze asindiswe? Impendulo. Ukuzwa, nom~ iikitXwaya ~ama ;?Wi T Pni~r,ci Likhuluma. Roma 10:17.

Umbuzo 6. Yini eyenzeka emva kokuzwa? Impendulo. Ukukholwa.

Umbuzo 7. Ngabe ukholo lufanele? Impendulo. Yebo. Funda ama-Hebr Umbuzo 8. Luyini ukholo?

Impendulo. Lubizwa n~okuthi, ukuqiniseka n ezinto ezethenjwayo kuyiqiniso ngezmto ezingabonwayo. g ebheru 11 ~ 1. Kuwukukholelwa kukho konke akushoyo ezmcwadini, nezifundo okudingeka ukuthi sizicubungule.

Umbuzo 9. Kufuneka ukuthi sikholwe yini, ukuze sihlangabezane nezimiso zosindiso na?

Impendulo. Kufuneka ukuthi sik holwe ukuthi uJesu uNgu Krestu indodana ka Nkulunkulu ophilayo. Mathewu 16:16-18; Izenzo 8:37.

Umbuzo 10. Isiphi isinyathe~o esilandelayo emva koku kholwa? Impendulo Ukuzimisela ngokuphenduka, sihlukane nesono bese sin~abe sisahamba ngezindlela ezindala; lokho kubizwangokuthi. ukuPhenduka (Ukuyeka) indlela yesono uhambe bgendlela yokulunga. Izenzo 2:38.

Isi'

IBANDLA

Umbuzo 1. Obani amalunga eBandla? Impendulo Abasit~disiwe. Izenzo 2:47.

Umbuzo 2. Libizwa kanjani iBandla?

Impendulo. kaKrestu. Efesu 5:23; Abase Kolose 1:18. Ngesi Greki kuthiwa i-``Eklesia," Okusho ukuthi ababhabhadisiwe ababizwe baphuma ezweni, bangena empilweni yokulunga.

Umbuzo 3. Laqalwa nini iBandla?

Impendulo. NgePentekoste lokuqala emva kokuvuka kuka Jesu Kresiu. Ngo A.D. 30. Izenzo 2.

Umbuzo 4. Lifanele ukubizwa ngamaphi amagama iBandla? Impendulo. Ibandla abase. Filiphu 3:6. Ibandla likaKrestu amaRoma 16:16p Mathewu 16:18; Ibandla lika Nkulunkulu. Abase 2 Korinte 1:2. Umbuzo 5. Kufanele ukuthi lenzeni iBandla?

Impendulo. Intando ye Nhloko engu Krestu. Abase Kolose 1:1~ Umbuzo 6. Iyini intando ka Krestu?

Impendulo. Ukuthi bonke basindiswe Bese abafundi bakhe babe munye. Mathewu 28:18-20; Johane 17:2; 2 Petro 3:9.

Umbuzo 7. Kufai~ele abemangaki amaBandla amhlabeni? Impendulo. Libe Linye, Ngokuba munye uKrestu. OyiNhloko yeBandla Lona lingumzimba wakhe Okusho ukuthi kufanele libe linye iBandla. Abase Efesu 4. Ukwahlukana kuyisono. Abase 1 Korinte 3. Umbuzo 8. Ngubani;.Onamandla okubusa eBandleni?

Impendulo. Ngu-Krestu Ngokuka. Mathewu 28:18.

Umbuzo 9. Ngabe kufanele .yiei, akuthi iBandla Lihlangane njalo ngeSonto?

Impendulo. Yebo. AmaHebheru 10:19-25. Umbuzo 10. Lihlanganelani iBandla?

Impendulo. ~Llkukhumbula iNkosi, uJesu nemithetho yakhe, Ngokwenzenjalo liqinisela.

Umbuzo 11. Yini okuyiyonanto enkulu ekukhonzeni kwethuT Impendulo. Isithebe neNkosi esenziwa njalo ngosuku lokuqala lwe viki. Izenzo 20:'~.

Isifundo 6

ISIT~

Umbuzo l. Yimiphi imimiselo emibili ka Krestu?

~mpendulo. uBhabhadiso lobu Krestu kanye nesithebe seNN: ~kubizwa ngesinye isikhathi ngokuthi inkhonzo yokuhlangana. Umbuzo 2. Si ini isithebe seNkosi?

fmpendulo. isi~nehe esinezinto ezimbili, ezibizwa ngokuthi, lsmkwa ~singenamvubelo nesithelo somvini (Umglebusi Okhanyiwe ~ngabilanga) olula ngoba awudakisi. 1 Korinte 11:23-29.

Umbuzo 3. Ngubani owamisa lesisidlo?

Impendulo. uKrestu ngobusuku akhashelwa ngalo ~ Korinte 11:17-34; Mathewu 26:26-30.

Umbuzo 4. Lezizinto ezimbili zimeleni?

Impendulo. Isinkwa simele, Umzimba wakhe owahl. ayo, Isithel~ somvini-sona simele iGazi lakhe elachithekayo.

Umbuco 5. Sibaluleke kanjani isithebe seNkosi?

Impendulo. uJesu wathi ngaphandle kukudla inyama yeNdodana yoMuntu uphuze iGazi layo aninakho ukuphila. Ukuphila Okuphakade noku vusa kwabafileyo kuxhomekeke, ekudleni nasekuphuzeni lesisidlo. Johane 6:~`2-59:

Unzbuzo 6. Kufanele sisihlephule mni na:

Impendulo. Njalo nje uma sihlangene, futhi Uma sifanelekile. Umbuzo 7. Iziphi ezinye izinto ezenzekayo kuyo inkonzo yeSidlo: Impendulo. Sikhumbula ukufa kwe Nkosi Ize iphinde ibuye futhi. Abase 1 Korinte 11:26. Kus~ lapho sibe nobudlelwan~ ~munye komunye, nobudlelwano esinaho noNkulunkulu.

Umbuzo 8. Ngobani abafanele ukusondela eSidlweni Se Nkosi? Impendulo. Phela i~ithehe SeNk~si Asinakukhetha ~ izi Asinakuvimba Muiltu.

Umbuzo 9. Kwenzekani uma sisondela singafan~

Impendulo. Siba necala Lokungawuhlukanisi Umzimba WeNkosi. Umbuzo 10. Singenzani Ukuze sifaneleke uma sizohlephula isinkwa. Impendulo. Kufanele sizilungiselele ngokwethu. Okusho ukuthi senze ~oku okushiwo ngu Pawula kuma 1 Korinte 11:27-29. Ngokuphila impilo yobuKrestu ngokukhuluu ukuzimisela.

Isifundo 7

UBUGOSA

Umbuzo l. Sichaza ukuthini uma sithi ubuGosa?

Impendulo.. Ukuphila kwethu sikuphilela uKrestu. Okusho ukuthi thina sonke nethemba lethu singabakhe. Akuseyimi ophilayo kepha uKrestu uphila kimi. AmaGalatiya 2:20.

Umbuzo 2. Kufuneka uNkulunkulu simnike isikhathi esingakanani? Impendulo. Sonke isikhathi sethu singesakhe kodwa ikakhulukazi kufuneke silugcine uSuku lweNkosi.

Umbuzo 3. Kufuneka senzenjani ngama Talenta ethu?

Impendulo. Onke futhi amaTalenta ethu angawakhe siyacelwa ukuthi siwa sebenzisele ukumdumisa. Roma 12:1,2; 1 KOrinte 6:20; Kolose 3:17.

Umbu~o 4. Kufuneka simnike malini uNkulunkulu?

Impendulo. Yonke imali yethu ingeyakhe. Thina singabapthiswa bakhe konke okwethu k.ungokwakhe. Uyasivumela ukuthi singasebenzisa inxenye enkulu kwesikutholayo kodwa naye uyilindele eyakhe. 1 Korinte 4:2; Malaki 3:10.

Umbuzo 5. AmaJuda ayenikela kanjani Impendulo. Okweshumi, nemihlatshelo. Umbuzo 6. AmaKrestu wona anikela kanjani? Impendulo. Konke, ngaphezulu kokunikela kw: uNkulunkulu usenzele okukhulu (zonke izinto).

Umbuzo 7. Isikhathi sethu, namaTalento ethu sye

nempilo yethu kufuneka sikusebenzise ngayiphi injongo?

Impendulo. Ngenjongo yokuDumisa uKrestu nokuzisindisa nokusindisa abanye emakhayya nasezindaweni zonke. Roma 12:1,2; 1 Korinte 6:19,20.

Umbuzo 8. Ngabe siyozilanda ngobu Ga bethu? Impendulo. Kakhulu. 1 Korinte 4:2.

Umbuzo 9. Kuyokwenzekani uma sifumaneke singa kholekile ebuGoseni bethu?

Impendulo. Sifundisiwe ukuthi amaGosa anga themhPkange ink~si lyawa Xosha. Luka 16:1-13.

Umbuzo 10. Kuyokwenzekani uma singama Gosa a thembekile? Impendulo. Funda. Mathewu 25:14-30.

O "i

Umbuzo 1. Ngabe kusifanele yini ukuthi si ~go Impendulo. Yebo kufanele. 2 Petro 1:5-11.

Umbuzo Yisho isibusiso eziyisikhombisa okufanele sisibe nazo njengema Krestu?

Impendulo. Ukwengeza, uiwazi ukuzibamba ukul5ekezela, ubuThixo, uthando lobuzalwane, nomusa.

Umbuzo 3. Yini engahle isisize ukuze sikhu Impendulo. Umthandazo. uJohane 15:7. Umbuze 4. Uyini Umthandazo?

Impendulo. Ukukhulma noNkulunkulu egame Umbuzo 5. Kufanele ukuthi sithandaze nini? Impendulo. Sithandaze singaphezi: 1 Thesalonika Umbuzo 6. Siwutholaphi umthandazo weNkosi? Impendulo. KuMathewu 6:9-12.

Umbuzo 7. Kufanele ukuthi sithandaze kanjani?

Impendulo. Ngokholo, singangabazi. Jakobe 1:6. Futhi nangokwethembela kuNkulunkulu ngentando yakhe Nezethembiso asethembisa zona.

Umbuzo 8. Yikupi okunye okungasisiza ukuze sikhule?

Irnpendulo. Ukufundisisa izwi IeNkosi ukuze sithole intando yakhe. 2 Timoti 2:15; 3:14-17.

Umbuzo 9. Nxa sesithe ekufundeni kwethu sayibona intando kaNkulunkulu, kufuneka ukuthi senzenjani?

Impendulo. Kufuneka silithobele bese senza intando yakhe Ngamandla ethu Onke. Jakobe 1:22.

Umbuzo 10. Yikuphi okunye okungasisiza sikhule Ngoby Krestu? Impendulo. Ukukhuthalela ukuya njalo eNkonzweni. Hebheru 10:25. Umbuzo 11. Ukushumayela kunamsebenzi muni ekukhuleni kwethu? Impendulo. Kusisiza kakhulu, Ngoba ukushumayela kuwukukumemezela intando kuNkulunkulu njengoba imbuliwe ezwini lika Krestu NgoKrestu.

Umbuzo 12. Pho kufuneka ukuthi mina Nganzeni ukuze ngikhule. Impendulo. Kufunela Usebenzele olwakho usindiso, ngokwesab; nokuthuthumela abase. Filiphu 2:12.

Umbuzo 13. Kufuneka kukhulukazi ukuthi ngenzeni ngobuHrest~ bami?

Impendulo. Kufuneka uphile ngabo zonke izinsuku uzame ukuM thokozisa nokwabelana nabanye emhlabeni njengoba kushiwo k ~ Mathewu 28:19,20; Kolose 3:17.

No comments: